Is’khathi sami sonke nawe
Bes’gcwele injabulo njalo
Konke ebengik’dinga ngingak’swele
Ngiyazi indaba yami nawe
Ay’phelanga kamunandi
Ngak’phula inhliziyo, ngithethelele
Ngang’ngaboni ngangingazi
Ukuthi uyis’busiso sami
Ngak’xhaphaza, ngak’laxaza shwele…
Ngihlale ngithandaza kanje
Ukuthi siyoze s’buyelane
Noma isimo sil’khuni, ng’zohlala ethembeni…
Ngihlale ngithandaza kanje
Seng’khulile, seng’bonile
Seng’hambile, seng’fundile
(Uthando ol’njengolwakho al’velele) bvs
Ngiyazi ngak’cekela phansi
Ngiyaz’vuma zonke izono zami
Manje ngiyangqongqoza ngivulele
Vula inhliziyo, vula inhliziyo yakho
Vula inhliziyo… Ngiyancenga nje ooh (Ngihlale ngithandaz')
Bridge/Breakdown:
Ngeke ngiphinde, ngeke ngilinge
Ngik’lahle… Ngiyak’thembisa x2
Mungangipha ithuba nje
Sthandwa siyofa silahlane
Ngiyasho ngingowakho njena x2
Chorus (repeat, fade)
Перевод песни Vulinhliziyo
Исхати сами Наве Сонке Base' ggcwele injabulo njalo Konke ebengik'dinga ngingak'swele Ngiyazi indaba yami nawe Order ' phelanga kamunandi Ngak'phula inhliziyo, ngithethelele Ngang'nganggaboni ngangingazi Uyis'busiso sami Ngak'xhaphaza, ngak'laxhaza, ngak'laxlaza ng... siyoze s'buyelane Noma isimo sil'khuni, ng'Zohlala ethembeni... ngihlale ngithandaza Kanje seng'khulile, Seng'bonile seng'Hambile, seng'fundile (uthando ol'Njengolwakho al'Velele) BVS ngiyazi ng'Cekela phansi ngiyaz'vuma Zone izke Zami Manje Ngiqivo ng Вула инхлизийо, Вула инхлизийо, Яхо, Вула инхлизийо... ngiyancenga nje OOH (ngihlale Ngithandaz) переход/переход: ngeke ngiphinde, Ngeke ngilinge ngik'lahle... ngiyak'thembisa X2 mungangipha Nje ithuba sthandwa siyofa silahlane ngiyasho ngingowakho Ng2
Припев (повтор, затухание)
TanyaRADA пишет:
- спасибо! От Души!!! ( Улыбаюсь...)все так!!!Liza пишет:
Любимая песня моей мамы